Impi Yabomdabu Isethunjini Novel Summary and Guide

Impi Yabomdabu Isethunjini Novel Summary and pdf downloadable guide.

Impi Yabomdabu Isethunjini Novel Summary (in isiZulu and English)

isiZulu: Lena inoveli ikhuluma ngemfundo kanye nenhlalo emndenini. Umbhali ubhale ngemfundo emva kokuba iNingizimu Afrika isizuze inkululeko. Uthi aqhathanise ukufunda okuzuzwe abasemadolobheni ekuqhathanisa nabasemakhaya. Nakuba lo mndeni umbhali abhale ngawo kungumndeni owodwa kepha abanye bathi uma sebefundile babukele amanye amalungu omndeni phansi ngoba sebezibona bengcono. Laba abahlala endaweni esemakhaya bona ukufunda kwabo kuthela izithelo ngoba benza umehluko omkhulu empilweni yomndeni wabo kanye nasemphakathini ngokubanzi. Umbhali ugqamisa ukuthi uma uzimisele ukwenza into ethile uyaphumelela noma ngabe zingakanani izihibe ezisendleleni yakho. Le noveli inika ithemba futhi iyakhuthaza. Imuva lakho alisoze lacaba indlela yakho ebheke phambile kepha umuntu. Le noveli iqukethe: Isingeniso esinolwazi olujulile.; Imibuzo yamazinga ahlukene ukuze umfundi akwazi ukuzwisisa kangcono indaba.

In English: This book is about a divided family. The eldest son of the Ngubane family, Mbhabhadisi, lives an elite life with his family in Umlazi. Mbhabhadisi’s sister, Linono, has two children. When Linono marries a sugarcane cutter, her in-laws do not accept her fatherless children. Mbhabhadisi’s uncle, Ndosi Cele, looked after these children until he succumbed to pressure from the neighbours who say he must send the children to an urban area where they will get a better life. However, Mbhabhadisi refuses to take responsibility for this sister’s children. Mbhabhadisi and his wife are depicted floundering from one mistake to anoter.

Video Lesson: Impi Yabomdabu Isethunjini

PDF Downloadable Guide: Impi Yabomdabu Isethunjini



Looking for something specific?


Related Posts