Ingxoxo / Inkulumo Mpendulwano IsiZulu (Isibonelo)

Ingxoxo / Inkulumo Mpendulwano IsiZulu (Isibonelo) Nazi izinto okufanele uziqaphele uma ubhala ingxoxo/inkulumo-mpendulwano: Umyalelo: Bhala Ingxoxo/inkulumompendulwano phakathi kukathishomkhulu, umzali kanye nomfundi, mayelana nokungasigcini isikhathi njengoba kubhalwa izivivinyo zokuphela konyaka. Isibonelo senkulumo-mpendulwano: Isibonelo sengxoxo/senkulumo-mpendulwano: [Kusekuseni ehhovisi likathishanhloko uMnu. Sokhulu, uzobonisana noNkk. Ngema mayelana nokukhathazeka kwakhe ngokungasigcini isikhathi kukaMfundo.]

Izinhlobo Zezindaba Nezimpawu Zazo IsiZulu Grade 10 – 12

Izinhlobo Zezindaba Nezimpawu Zazo IsiZulu Grade 10 – 12 INDABA ELANDISAYO (Narrative essay Examples) Kule ndaba ulindeleke ukuba uxoxe ngesigameko esake senzaka kuwe, oke wasibona senzeka komunye noma owaxoxelwa ngaso. Kuyenzeka ubhale indaba oyisusela ekhanda. Lokho siyakuthola kwenzeka kakhulu kubafundi (ezikoleni). Kubalulekile ukuba ubhale indaba oyisusela ekhanda kube yindaba ekholakalayo. Sebenzisa inkathi edlule uma uxoxa … Read more