Ukubhala Umbiko (Iriphothi) – Isibonelo sombiko

Ukubhala Umbiko (Iriphothi) – Isibonelo sombiko Okulindelekile uma kubhalwa umbiko: Isibonelo sokubhala umbiko (iriphothi): Umyalelo:Abafundi abavela ezikoleni ezahlukene bebebuka umdlalo wencwadi abayifundayo ehholo lesikole. Ngenkathi sekuphunywa abafundi badudulene abanye bawa base beyalimala kakhulu. Uthishomkhulu ucele ukuba ubhale umbiko ngalokhu okwenzekile. Bhala umbiko ozowunika uthishomkhulu. UMBIKO NGOKULIMALA KWABAFUNDI Uya ku- Mnu. ZZ Malevu-uthishomkhulu waseHlola High School … Read more

Iyini Inkondlo?

Iyini Inkondlo? Iyini Inkondlo? Isakhiwo Sangaphandle (Ukubumbeka Kwenkondlo) Isakhiwo Sangaphakathi Isakhiwo Sangaphandle Isakhiwo Sangaphakathi Amabinza Indikimba Imigqa (ivulekile, ivalekile, mide, mifushane) Umqondo wenkondlo (ocashile nosobala) Izimpawu zokuloba Umoya wenkondlo Ukuxhumana Ithoni Imvumelwano Imifanekisomqondo Isizura/Isikhawu Isigqi Impindwa Izinzwa Ukuphindaphinda Ukukhethwa kwamagama I enjambamenti Izifengqo Ifanamsindo Impindamqondo Uhlobo lwenkondlo Umyalezo Impindamqondo Ifuzamsindo Izinhlobo Zezinkondlo Uhlobo Incazelo Ilirikhi … Read more

Yini Indaba Emfushane?

Yini Indaba Emfushane? Indaba emfushane yingxoxo eyethula udaba, zisuka-nje ngesivinini iqonde kuvuthondaba, inabalingiswa abambalwa abangeqile kwabahlanu. AMASU OBUCIKO Bheka nanka amasu endaba emfushane angezansi azosiza abafundi bakho ekuqondeni kangcono indaba emfushane ngamafuphi: ISINGENISO UKUQOQEKA KWESIKHATHI NENDAWO UKUQOQEKA KWABALINGISWA ISIPHETHO

Isibonelo Sokubhala Umlando Kamufi (isiZulu Obituary Example & Structure) Grade 10 -12

Isibonelo Sokubhala Umlando Kamufi (isiZulu Obituary Example & Structure) Grade 10 -12

Isibonelo Sokubhala Umlando Kamufi (isiZulu Obituary Example & Structure) Grade 10 -12 Paper 3: Umlando kamufi/ngomufi ubhalwa abomndeni noma yiloyo oqokelwe ukuba awubhale. Kumele ubhalwe umuntu omaziyo umufi ukuze kungaphambani okubhaliwe nempilo kamufi. Kubhalwa okugqamile, okusemqoka nokuyiqiniso ngempilo ebiphilwa ngumufi. Ubhalelwa ukuba ufundwe enkonzweni yakhe yokugcina (ngelanga lomngcwabo). QAPHELA: okuqukethwe kufanele kuhambisane neminyaka umufi ayiphilile. … Read more